Sign in
Join
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
No menu items!
Search
No menu items!
My account
Get into your account.
Login
Search
Iqembu le-MSAC Likhuluma Ngokulwa Nokungaqashwa, Nokuvulela Intsha Amathuba Emisebenzi
COMMUNITY
April 24, 2026
9 Points of SONA 2026 Unpacked: A Nation at a Turning Point
Development
WBHO TENDERS ANNOUNCEMENT
Jobs
Jobs
COMMUNITY
Iqembu le-MSAC Likhuluma Ngokulwa Nokungaqashwa, Nokuvulela Intsha Amathuba Emisebenzi
KhanyisaMediaAdmin
-
April 24, 2026
Udaba: Nomvula Mohalake Amalungu akwa MSAC (Msukaligwa Socio-Economic Acumen Chamber) avakashele endaweni yase Khanyisa i-phephandaba lapho abemnywe khona yiKhanyisa ukuthi bazoxoxa nomphakathi. UMn. Siyabonga Motha (UNobhala) ehambisana no Mnu. Sibusiso Lukhele (Usomlomo) bachaze ukuthi i-MSAC yasungulwa ngonyaka ka 2017 endaweni yase Ermelo Bathe leli iqembu lasungulwa ngoba bebona ubunzima umphakathi obhekana nabo uma kufika isikhathi sokuthi umuntu eyofuna umsebezi. Bahlala phansi babona ukuthi e-Ermelo kukhona izimayini kepha a bantu base Msukaligwa abaqhashwa ngesimo sabantu bangaphadle abathola imisebezi bese kuthi abasekhaya bangatholi lutho. Kantike, leli iqembu lixhumekeke ekuthuthukiseni amakhono omsebenzi (Skills Development), amathuba emisebenzi (Job opportunities), kanye nokuthuthukisa intsha (Youth development). I-MSAC le, yaqalwa ukuze izokwazi ukukhulumela abahlali baSeMsukaligwa ukuthi bathole amathuba emisebenzi kumakhampani afana nabo Eskom, Transnet, o-Msobo Coal namanye amamayini namakhampani asebenza la eMsukaligwa. Baqhubeka bachaza ukuthi i-MSAC yi NPO (Non Profit Organisation) ezimele. Banokuhlangabezana nobunzima uma kumele abantu bathole umsebeze ngoba bamele amaWard awu-19 uma esephelele. Baqhubeke bathi uma kukhona ukuqhashwa okungekho emthethweni bayaye bangenelele ukuze abantu bathole umsebenzi ngokulingana, ikakhulu kazi abaseMsukaligwa. Kanti futhi baveze nokuthi bazama ukuthi Intsha ngobuningi ikwazi ukuthola imisebenzi. Ingaphethi ngokuthi ibe uvanzi emigwaqweni bephethe utshwala bagcine belahlekelwe amathuba ngoba bengazi ukuthi kumele benzeni, into ebangelwa ukungasebenzi. Bathe kule NPO akubalulekile ukuthi usuka kuyiphi ihlangano yepolitiki ngakho wonke umuntu wamukelekile. Uma ngabe nawe ufuna ukuba yilungu le-MSAC, kumele...
Popular
Most Recent
COMMUNITY
Iqembu le-MSAC Likhuluma Ngokulwa Nokungaqashwa, Nokuvulela Intsha Amathuba Emisebenzi
Development
9 Points of SONA 2026 Unpacked: A Nation at a Turning Point
Most Recent
Jobs
WBHO TENDERS ANNOUNCEMENT
Kindly take note that all tender briefings are to be done on 21 November 2025 as per the attached corrected advertisement below: Download the full...
Most Recent
Iqembu le-MSAC Likhuluma Ngokulwa Nokungaqashwa, Nokuvulela Intsha Amathuba Emisebenzi
April 24, 2026
9 Points of SONA 2026 Unpacked: A Nation at a Turning...
February 13, 2026
WBHO TENDERS ANNOUNCEMENT
November 18, 2025
YOUNG ENTREPRENEURS, YOUR TIME IS NOW!
April 12, 2025
YOUNG ENTREPRENEURS, YOUR TIME IS NOW!